Posted by: Mbathastan | April 18, 2013

Buthelezi

Lezi yizibongo zakwa Buthelezi noma ezihlobene nazo.
These are Buthelezi surnames or those related to them.

1. Shenge
2. Sokwalisa
3. Phungashe
4. Sondiya
5. Mvulane
6. Ngqengelele
7. Ngwane
8. Mnyamana

Lezi ezibhalwe lapha azibekwanga ngendlela yokuzalana kwazo. Ungagcwalisa izithakazelo kuma ‘comment lapha ngezansi.
These names are random not in order of lineage. You can add
Izithakazelo in the comment box here below.


Responses

  1. To get izithakazelo of Buthelezi click http://zuluring.blogspot.com/buthelezi.html?m=1

  2. Can’t I marry a Ngwane person? Only find out now dat izithakazelo zami zifaka uNgwane?

    • Sifiso

      UNgwane igama elidumile njengo Ndaba. UNgwane wakwa Buthelezi angikhumbuli eyisibongo ngathi kwakuyigama lendoda. Akunankinga ungathandana futhi ushade no Ngwane wakwa Hlongwane nowakwa Dlamini. Abazalani nabakwa Buthelezi.
      *Mbathastan*

  3. Mevana, Mnandingamondi!

  4. I culd hadly knw ma background im using sesotho

  5. Ngicela ningisize ngezithakazelo zakwa Mpontshane nomlando wakhona plz

    • Umpontshana lo! Ngokwazi kwami kwakuyibhungu elabe lisondelen kakhulu nenkosi uShaka! Engowakwa Buthelezi. Okungkuthi ke kwathi lapho iLembe likhothama kwase kuhlaluka ukuba njengoba nje ebesondelene kakhulu ne Lembe kfanelekile ke ukuba alendlalele! Owayengumfowabo wabe esemhlebela ukuthi njengoba ebesondelene kakhulu nje ne Lembe uzolendlalela. Wabe esemcebisa ngokuthi uzombalekisa amkhiphe ngembontshana encana! Okwathi lapho elebalekile efika kwelasenyakatho walithanda ebona amathafa wakhangeka. Wase ekhonza ke kwelaka Tembe. Wabe esengasazibizi ngoButhelezi wazibiza Mpontshana! Ukulahla umkhondo. Ngoba babemfuna emuva! Injalo nje indaba noma ngingasawakhumbuli kahle amagama! Kodwa nje uMpontshana owakwaButhelezi Shenge!

      • Uyaphambuka uma uthi uMpotshane uButhelezi Shenge kodwa banezithakazelo zabo ezihlukile kunezaShenge. Google the difference they are not the same.

  6. Ngicela onganaba kabanzi ngoNgwane noNdaba kuthi bangena kanjan kwaButhelezi. Besekuba khona Odlamini okuthiwa bangoButhelezi owaziyo ngicela angicacisela ngakho.

  7. Mnandingamondi
    ndaba
    wena ongadliwa zindlovu
    zakwabulawayo

  8. Ngizwa ngijabulile ngenxa yezithakazelo zakwabuthelezi..to be proud of oneself and knowin where u cum from is so cool…mna ubaba wam wazalwa ubuthelezi umkhulu waengananga ugogo hingakho isbongo sithi Mocwana esakagogo manje shenge andazi bangiqale kuphi ngokuyazi imithetho nesintu zakwaButhelezi nesiko…ngicela uncedo lapho Shenge

  9. ngiyabonga kodwa aziphelele ngicela eziphelele

  10. ngiyabonga kodwa aziphelele ngicela ningibhekela ezinye.izithakazelo zakwampontshane ziyafana yini nezakwabuthelezi?

  11. ngicela owazi izithakazelo zakwabuthelezi angibhalele zona ziphelele ngokuhleleka kwazo

  12. Ngicela izithakazelo
    zakwabuthelezi mase ziphelele

  13. so my surname includes Ngwane and so does my boyfrand so does that mean i cant date him…….

  14. Ngicela ukwazi kabanzi ngesbongo samsakwampontshane nezithakazelo zaso

  15. Ziyefana izithakazelo zakwampontshan nezakwabuthelezi?. Syabonga ngemvelaphi yakith kakhul


Leave a Reply

Fill in your details below or click an icon to log in:

WordPress.com Logo

You are commenting using your WordPress.com account. Log Out / Change )

Twitter picture

You are commenting using your Twitter account. Log Out / Change )

Facebook photo

You are commenting using your Facebook account. Log Out / Change )

Google+ photo

You are commenting using your Google+ account. Log Out / Change )

Connecting to %s

Categories

%d bloggers like this: